Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 6:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UDavide wadabuka ngokuba uJehova emhlasele u-Uza, wayibiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-Uza* kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 UDavide wathukuthela ngenxa yokuthi uSimakade wayehlasele u-Uza, wayiqamba leyo ndawo ngokuthi iPheresi Uza, kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 6:8
6 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wasesithi kuJona: Kuhle yini ukuthi uthukuthelele umhlakuva? Wathi: “Kuhle ukungithukuthelela kuze kube sekufeni.”


Kodwa lokho kwaba kubi kakhulu kuJona, wathukuthela kakhulu.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza; uNkulunkulu wamshaya khona ngenxa yesiphambeko sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.


UDavide wamesaba uJehova ngalolo suku, wathi: “Umphongolo kaJehova uyakuza kanjani kimi na?


Ngoba ngenxa yokuthi anikwenzanga lokhu ekuqaleni, uJehova uNkulunkulu wethu wafohla phezu kwethu, ngokuba asimfunanga ngokomthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite