Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza; uNkulunkulu wamshaya khona ngenxa yesiphambeko sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela khona ngasemphongolweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Intukuthelo kaSimakade yamvuthela u-Uza, uNkulunkulu wamshaya khona lapho ngenxa yesiphosiso sakhe; wafela ngasemphongolweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 6:7
10 Referans Kwoze  

Wabulala abantu baseBeti Shemeshi, ngokuba babebheke emphongolweni kaJehova, yebo, wabulala abantu abangamashumi ayisithupha nanhlanu; isibhicongo.


Ngoba ngenxa yokuthi anikwenzanga lokhu ekuqaleni, uJehova uNkulunkulu wethu wafohla phezu kwethu, ngokuba asimfunanga ngokomthetho.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Uza, wamshaya, ngokuba welulela isandla sakhe emphongolweni; wafela khona lapho phambi kukaNkulunkulu.


UDavida wasesithi: Kakulamuntu ongathwala umphongolo kaNkulunkulu, ngaphandle kwamaLevi, ngoba bakhethile uJehova ukuthi athwale umphongolo kaNkulunkulu, bamkhonze kuze kube nininini.


Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.


Kwathi emva kwezinsuku eziyishumi uJehova wamshaya uNabali, wafa.


UDavide wadabuka ngokuba uJehova efohla e-Uza; wabiza leyo ndawo ngokuthi iPheresi-susa kuze kube namuhla.


Lapho itabernakele lisuka, amaLevi kumelwe alidilize; ekumisweni kwetabernakele, amaLevi alimise; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite