Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 6:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ngakho uMikhali indodakazi kaSawule wayengenamntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UMikhali indodakazi kaSawule akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 UMikhali, indodakazi kaSawule, akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 6:23
9 Referans Kwoze  

Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu.


Yenze njalo kimi uJehova ezinsukwini eyangibheka ngazo ukususa ihlazo lami phakathi kwabantu.


Kepha u-Efrayimi, udumo lwakhe luyondiza lumuke njengenyoni, ekuzalweni nasesiswini nasekukhulelweni.


UJehova wembula ezindlebeni zami ukuthi: Impela lobu bubi abuyikusulwa kini, nize nife, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Ngalolo suku abesifazane abayisikhombisa bayakubamba indoda eyodwa, bathi: ‘Siyakudla esethu isinkwa, sembathe ezethu izingubo; masibize igama lakho kuphela, ususe ihlazo lethu.


USamuweli akabange esaya ukubona uSawule kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe; Nokho, uSamuweli wamlilela uSawule, futhi uJehova wazisola ngokuthi wayebeke uSawule inkosi phezu kuka-Israyeli.


Futhi ngiyoba yisinengiso kakhulu kunalokho, futhi ngiyoba mncane emehlweni ami; nezincekukazi okhulume ngazo ngiyakudunyiswa ngazo.


Kwathi inkosi ihlezi endlini yayo, uJehova wayinika ukuphumula ezitheni zayo zonke;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite