Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 6:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kwathi umphongolo kaJehova ufika emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide yeqa, isina phambi kukaJehova; wamdelela enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kwathi umphongolo kaJehova ungena nje emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide itshekula, isina phambi kukaJehova; wayidelela enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Kwathi lapho umphongolo kaSimakade ungena nje emzini kaDavide, uMikhali, indodakazi kaSawule, walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide itshekula, isina phambi kukaSimakade; wayedelela enhliziyweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 6:16
12 Referans Kwoze  

Kepha umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye;


Kwathi umphongolo wesivumelwano sikaJehova ungena emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide isina, idlala, wayidelela enhliziyweni yakhe.


Ngokuba ngithwele ihlazo ngenxa yakho; amahloni amboza ubuso bami.


Abanye bamklolodela bathi: Lababantu bagcwele iwayini elitsha.


UDavida wasethuma izithunywa kuIshiboshethi indodana kaSawuli ukuthi: Khulula umkami uMikhali engamgana ngamajwabu ayikhulu amaFilisti.


Udelelekile, waliwa ngabantu; umuntu wosizi nojwayelene nosizi; futhi samfihlela ubuso bethu njengokungathi; wayedelelekile, futhi asizange simhloniphe.


Kepha uDavide wayithumba inqaba yaseSiyoni; kungumuzi kaDavide.


UDavide nayo yonke indlu ka-Israyeli bawukhuphula umphongolo kaJehova ngokujabula nangokukhala kwecilongo.


UDavida wasebuyela ukubusisa indlu yakhe. UMikhali indodakazi kaSawule waphuma ukumhlangabeza uDavide, wathi: “Yeka ukukhazinyuliswa kwenkosi yakwa-Israyeli namuhla, ezivezile namuhla phambi kwezincekukazi zezinceku zayo, njengokuba umuntu oyisiwula eziveza ngokungenamahloni;


USawule wathi kuDavide: “Bheka, indodakazi yami endala uMerabi ngiyakukunika yona ibe ngumkakho; vele ube nesibindi ngami, ulwe izimpi zikaJehova. Ngokuba uSawule wathi: “Isandla sami masingabi phezu kwakhe, kepha isandla samaFilisti masimelane naye.”


UMikhali indodakazi kaSawule wathanda uDavide;


Sihawukele, Jehova, sihawukele, ngokuba sidelelekile kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite