2 Samuweli 6:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Lapho abathwali bomphongolo kaJehova sebehambe izinyathelo eziyisithupha, wahlaba izinkomo nezilo ezikhuluphalisiwe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Kwakuthi ababethwele umphongolo kaJehova sebehambile izinyathelo eziyisithupha, wahlaba inkabi nethole elikhuluphalisiweyo. Gade chapit laIsiZulu 202013 Kwakuthi uma ababethwele umphongolo kaSimakade sebehambe amanyathelo ayisithupha, bese ehlaba inkabi nethole elikhuluphalisiweyo. Gade chapit la |
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.