Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 AmaFilisti abuye akhuphuka, ahlakazeka esigodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 AmaFilisti abuye enyuka, ahlakazeka esiGodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 AmaFilisti abuye enyuka futhi, afika aviva esigodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:22
7 Referans Kwoze  

AmaFilisti aphinda ahlakazeka esigodini.


Wayesefika umprofethi enkosini yakwa-Israyeli, wathi kuyo: “Hamba, uziqinise, ubuke, ubone okwenzayo, ngokuba ekuveleni komnyaka inkosi yase-Aramu iyakufika ukulwa nawe.


AmaFilisti afika, ahlakazeka esigodini samaRefa.


Kuyoba njengalapho umvuni ebutha ukolweni futhi enquma izikhwebu ngengalo yakhe; futhi kuyoba njengalowo obuza izikhwebu esigodini samaRefa.


Umkhawulo wenyuka waya esigodini sendodana kaHinomu ngaseceleni kwamaJebusi ngaseningizimu; leli yiJerusalema, umkhawulo wenyukela esiqongweni sentaba ephambi kwesigodi sikaHinomu ngasentshonalanga, esisekupheleni kwesigodi samaRefa ngasenyakatho.


Ngaphezu kwalokho, amaFilisti aphinda futhi alwa no-Israyeli; uDavide wehla, izinceku zakhe zilwa naye namaFilisti; uDavide wadinwa.


Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite