Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 AmaFilisti afika, ahlakazeka esigodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 AmaFilisti esefikile ahlakazeka esiGodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 AmaFilisti afika lapho, ayeseviva eSigodini samaRefa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:18
8 Referans Kwoze  

Umkhawulo wenyuka waya esigodini sendodana kaHinomu ngaseceleni kwamaJebusi ngaseningizimu; leli yiJerusalema, umkhawulo wenyukela esiqongweni sentaba ephambi kwesigodi sikaHinomu ngasentshonalanga, esisekupheleni kwesigodi samaRefa ngasenyakatho.


Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, beza kuDavide ngesikhathi sokuvuna emhumeni wase-Adulamu;


UJoshuwa wathi kubo: “Uma ningabantu abaningi, khuphukani niye ehlathini, nizigawule ezweni lamaPherizi nelamaRefa, uma izintaba zakwa-Efrayimi zilincane kakhulu kini.


Ngomnyaka weshumi nane uKedori-Lawomere namakhosi ayenaye beza, bawachitha amaRefa e-Ashiteroti-Karnayimi, namaShushi eHamu, nama-Emi eShave Kiriyatayimi;


Kuyoba njengalapho umvuni ebutha ukolweni futhi enquma izikhwebu ngengalo yakhe; futhi kuyoba njengalowo obuza izikhwebu esigodini samaRefa.


Umngcele wehlela ekupheleni kwentaba ephambi kwesigodi sendodana kaHinomu esisesigodini samaRefa ngasenyakatho, wehlela esigodini sikaHinomu, eceleni kweJebusi ngasentshonalanga. Eningizimu, wehlela e-Enirogeli;


Kwehla abathathu kwabayizikhulu ezingamashumi amathathu, baya etsheni kuDavide emhumeni wase-Adulamu; impi yamaFilisti yayikanise esigodini samaRefa.


AmaFilisti abuye akhuphuka, ahlakazeka esigodini samaRefa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite