Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 4:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 (AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, baba ngabafokazi khona kuze kube namuhla.)

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 AbaseBeyeroti babalekela eGitayimi, bagogobala khona kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abantu baseBherothi babalekela eGithayimi, bagogobala khona kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 4:3
3 Referans Kwoze  

iHasori, iRama, iGitayimi,


Lapho abantu bakwa-Israyeli ababengaphesheya kwesigodi nabangaphesheya kweJordani bebona ukuthi abantu bakwa-Israyeli bayabaleka nokuthi uSawule namadodana akhe bafile, bashiya imizi, babaleka; afika amaFilisti, ahlala kuyo.


UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ezinyaweni zakhe. Wayeneminyaka eyisihlanu lapho kufika umbiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli, umzanyana wakhe wamphakamisa, wabaleka; kwathi lapho ebaleka ngokuphangisa, wawa waba yisishosha. Igama lakhe lalinguMefibosheti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite