Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Bammbela u-Abineri eHebroni; inkosi yasiphakamisa izwi layo, yakhala ethuneni lika-Abineri; bakhala bonke abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bammbela u-Abineri eHebroni; inkosi yadazuluka, yakhala ngasethuneni lika-Abineri; nabantu bonke bakhala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 U-Abhineri wangcwatshwa eHebhroni. Inkosi yadazuluka, yakhala ngasethuneni lika-Abhineri, nabantu bonke bakhala.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:32
8 Referans Kwoze  

Ungathokozi lapho isitha sakho siwa, lenhliziyo yakho mayingathokozi lapho sikhubeka.


Kwakuwukungalungi futhi okwakumelwe ngijeziswe ngumahluleli, ngoba ngangiphike uNkulunkulu osezulwini.


Inkosi yathukuthela kakhulu, yakhuphukela ekamelweni elibhekene nesango, yakhala; wahamba, wathi: “Ndodana yami Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami Abisalomu! Sengathi ngafela wena, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!


Balila, bakhala, bazila ukudla kwaze kwahlwa ngenxa kaSawule, nangenxa kaJonathani indodana yakhe, naphezu kwabantu bakaJehova, naphezu kwendlu yakwa-Israyeli; ngoba bawa ngenkemba.


UDavide namadoda ayenaye baphakamisa amazwi abo, bakhala, baze bangabe besaba namandla okukhala.


UDavide wayala izinsizwa zakhe, zababulala, zabanquma izandla nezinyawo, zabaphanyeka ngasechibini laseHebroni. Kodwa balithatha ikhanda lika-Ishi Bosheti, balimbela ethuneni lika-Abineri eHebroni.


Uma ngijabula ngokuchithwa kongizondayo, noma ngiphakanyiswe lapho okubi kumfumene;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite