Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 24:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJowabe wayesenika inkosi umumo wabantu ababaliweyo; kwaba khona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayeyizinkulungwane ezingamakhulu ayisihlanu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UJowabe walethula enkosini inani nomumo wabantu ababebaliwe: kwa-Israyeli kwakunamadoda ayizi-800 000 anamandla ayehlome ngenkemba. KwaJuda kunamadoda ayizi-500 000.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 24:9
5 Referans Kwoze  

Kubantwana bakwaJuda ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;


Sebedabule izwe lonke, bafika eJerusalema ekupheleni kwezinyanga eziyisishiyagalolunye nezinsuku ezingamashumi amabili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite