Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 24:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 U-Arawuna wayesethi kuDavide: “Inkosi yami, inkosi, mayithathe, ihlabele okuhle kuyo; bheka, nazi izinkabi zomnikelo wokushiswa, nezibhulo nezinye izinto zezinkabi zibe yizinkuni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Wayesethi u-Arawuna kuDavide: “Inkosi yami, inkosi, mayithathe, inikele ngokuhle emehlweni ayo; bheka, nazi izinkabi zomnikelo wokushiswa, nezibhulo, nezinto zokubophela izinkabi zibe yizinkuni;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 U-Arawuna wayesethi kuDavide: “Inkosi yami, inkosi, mayisithathe, inikele ngalokho ekubona kukuhle emehlweni ayo. Bheka, nazi izinkabi zomnikelo wokushiswa, izibhulo, namajoka ezinkabi kungaba yizinkuni.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 24:22
5 Referans Kwoze  

Wabuya ekumlandeleni, wathatha izinkabi, wazihlaba, wapheka ukudla kwazo ngezitsha zezinkabi, wanika abantu, badla. Wasuka-ke, wamlandela u-Eliya, wamkhonza.


Inqola yafika ensimini kaJoshuwa waseBeti Shemi, yema khona lapho kwakukhona itshe elikhulu; bacanda izinkuni zenqola, banikela ngezinkomo zaba ngumnikelo wokushiswa kuJehova.


UDavide wayesethi ku-Orinani: “Nginike indawo yalesi sibuya ukuba ngakhele uJehova i-altare phezu kwayo; kumelwe unginike yona ngenani eliphelele, ukuze inhlupho yabantu ivinjwe.


Cha, nkosi yami, ngilalele; isiqephu sezwe ngiyakukunika lona, nomhume okuso ngiyakukunika wona; phambi kwamadodana abantu bami ngiyakunika lona; ngcwaba ofileyo wakho.


Wakhele uJehova uNkulunkulu wakho i-altare esiqongweni saleli dwala endaweni emisiweyo, uthathe inkunzi yesibili, unikele ngomnikelo wokushiswa ngezinkuni zehlathi oyakugawula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite