Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 23:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 uHelebe indodana kaBahana umNethofa, no-Ithayi indodana kaRibayi waseGibeya yabantwana bakwaBenjamini;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 noHelevi indodana kaBahana waseNethofa, no-Ithayi indodana kaRibayi waseGibeya labantwana bakwaBenjamini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 uHelevi, indodana kaBhahana waseNethofa, u-Ithayi, indodana kaRibhayi waseGibheya labakwaBhenjamini,

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 23:29
7 Referans Kwoze  

Oweshumi nambili ngenyanga yeshumi nambili kwakunguHelidayi umNethofa ka-Otheniyeli; esigabeni sakhe kwakukhona izinkulungwane ezingamashumi amabili nane.


neSela, ne-Elefi, neJebusi eliyiJerusalema, neGibeyati, neKiriyati; imizi eyishumi nane nemizana yayo. Leli laliyifa labantwana bakwaBhenjamini ngezizukulwane zabo.


Base befika kuGedaliya eMispa, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani, noJonathani, amadodana kaKhareya, noSeraya, indodana kaThanumethi, namadodana ka-Efayi umNethofa, noJeshaniya indodana A Maägatite, bona namadoda abo.


USawule wazikhethela amadoda ayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazo zazinoSawule eMigimasi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane inoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


amadoda aseNetofa: ngamashumi ayisihlanu nesithupha;


amadoda aseBetlehema naseNethofa: yikhulu namashumi ayisishiyagalombili nesishiyagalombili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite