Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 23:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Lokhu kwenziwa nguBhenaya indodana kaJoyada, futhi wayenegama phakathi kwamaqhawe amathathu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Lezo zinto wazenza uBenaya indodana kaJehoyada, waba negama phakathi kwalawo maqhawe amathathu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UBhenaya, indodana kaJehoyada, wenza lezo zinto, wazenzela igama phakathi kwabathathu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 23:22
5 Referans Kwoze  

UBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKreti nasePleti; amadodana kaDavide ayeyizinhloko.


UBenaya, indodana kaJehoyada, indodana yendoda enesibindi, waseKabiseyeli, owenza izenzo eziningi, wabulala abantu ababili bakwaMowabi abanjengezingonyama;


Wabulala nowaseGibithe, indoda ebukekayo; umGibhithe wayenomkhonto esandleni sakhe; kepha wehlela kuye ephethe intonga, wahlwitha umkhonto esandleni sowaseGibithe, wambulala ngomkhonto wakhe.


Wayehloniphekile kunabangamashumi amathathu, kodwa akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wammisa phezu kwabalindi bakhe.


Amadoda kaJowabe aphuma amlandela, namaKreti, namaPheleti, nawo onke amaqhawe, aphuma eJerusalema ukuxosha uSheba indodana kaBigi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite