Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 21:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kwabuye kwaba khona futhi impi eGati, lapho kwakukhona umuntu omude kakhulu, eneminwe eyisithupha esandleni ngasinye nezinzwani eziyisithupha onyaweni ngalunye, ingamashumi amabili nane ngenani; futhi naye wazalelwa umdondoshiya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Kwabuye kwaba khona impi eGati, lapho kwakukhona umuntu omude owayeneminwe eyisithupha esandleni nezinzwani eziyisthupha onyaweni, kungamashumi amabili nane kukonke; naye wazalwa yiRefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Kwabuye futhi kwaba khona impi eGathi, kwakukhona lapho umuntu owayengumdondoshiya, owayeneminwe eyisithupha esandleni ngasinye, enezinzwani eziyisithupha onyaweni ngalunye, kungama-24 kukonke; naye wayezalwa yiRefa.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 21:20
4 Referans Kwoze  

Emva kwalokho kwaba nenye impi namaFilisti eGobi;


U-Ishibhibenobi owayengowamadodana amaRefa, osisindo somkhonto wakhe sasingamashekeli angamakhulu amathathu ethusi, ebhince inkemba entsha, wacabanga ukuthi ubulele uDavide.


Kwabuye kwaba khona impi eGati, lapho kwakukhona khona umuntu omude, ominwe yakhe nezinzwani zakhe zazingamashumi amabili nane, ziyisithupha esandleni sinye, nesithupha onyaweni ngalunye; futhi wayeyindodana yomdondoshiya.


Lapho ephikisana no-Israyeli, uJonathani indodana kaShimeya umfowabo kaDavide wambulala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite