Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 2:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha u-Abineri indodana kaNeri, induna yempi kaSawule, wathatha u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamyisa eMahanayimi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 U-Abineri indodana kaNeri induna yempi kaSawule wayethathile u-Ishi Bosheti indodana kaSawule, wamwelisela eMahanayimi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 U-Abhineri, indodana kaNeri, umkhuzi wempi kaSawule wayesethathe u-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, waya naye eMahanayimi,

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 2:8
18 Referans Kwoze  

Igama lomkaSawule lalingu-Ahinohama indodakazi ka-Ahimahazi; igama lenduna yempi lalingu-Abineri indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


Kwathi uJakobe ezibona wathi: Leli libutho likaNkulunkulu; waqamba leyo ndawo ngokuthi iMahanayimi.


Futhi uNeri wazala uKishi; uKishi wayenguyise kaSawule; uSawule wazala uJonathani, noMalikishuwa, no-Abinadaba, no-Eshbhali.


UNeri wazala uKishi, noKishi kuSawule, noSawule wazala uJonathani, noMaliki Shuwa, no-Abinadaba, no-Eshbhali.


UDavide wabiza abantu no-Abineri indodana kaNeri, wathi: “Awuphenduli yini, Abineri? UAbhineri wasephendula wathi: Ungubani wena obiza inkosi?


Lapho uSawule ebona uDavide ephuma ukuhlangabezana nomFilisti, wathi ku-Abineri induna yempi: “Abineri, iyindodana kabani le nsizwa na? U-Abineri wayesethi: “Kuphila komphefumulo wakho, nkosi, angikwazi ukusho.


Esizweni sakwaGadi, iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokucekwa; neMahanayimi nedlelo layo,


Manje izandla zenu maziqiniswe, zibe nesibindi, ngokuba inkosi yenu uSawule ifile, nendlu yakwaJuda nayo ingigcobile ngibe yinkosi phezu kwayo.


U-Abineri nabantu bakhe badabula ethafeni lobo busuku bonke, bawela iJordani, badabula iBitroni yonke, bafika eMahanayimi.


Kwathi kukhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri waziqinisa endlini kaSawule.


UDavida wasefika eMahanayimi. U-Abisalomu wadabula iJordani, yena nawo wonke amadoda akwa-Israyeli kanye naye.


Kubantwana bakwaBenjamini, umndeni kaSawule, izinkulungwane ezintathu; ngoba kuze kube manje iningi labo laliqaphe umlindi wendlu kaSawule.


UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


Inkosi yasisithi ezincekwini zayo: Kalazi yini ukuthi lamuhla kuwile isikhulu lendoda enkulu kwaIsrayeli?


Kubantwana bakwa-Efrayimi yizinkulungwane ezingamashumi amabili namakhulu ayisishiyagalombili, amaqhawe anamandla, abadumileyo ezindlini zawoyise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite