2 Samuweli 19:37 - Contemporary Zulu Bible 202437 Inceku yakho mayibuyele emuva, ukuze ngifele emzini wami, ngimbelwe ethuneni likababa nomame. Kodwa bheka, inceku yakho uKimhamu; makawele nenkosi yami, inkosi; wenze kuye okuhle kuwe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE37 Mayibuyele emuva inceku yakho ukuba ngifele emzini wami ngasethuneni likababa nelikamame. Kepha bheka, inceku yakho uKimihamu mayiwele nenkosi yami, inkosi, wenze kuyo okuhle emehlweni akho.” Gade chapit laIsiZulu 202037 Ivumele inceku yakho iphindele emuva ukuze ifele emzini wayo, eduze kwethuna likayise nelikanina. Kepha bheka, nansi inceku yakho, uKhimihamu, mayiwele nenkosi yami, inkosi, uyenzele okuhle emehlweni akho.” Gade chapit la |