Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abantu banyenya bangena emzini ngalolo suku njengehlazo abantu bebalekela impi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abantu bangena emzini ngalolo suku ngokunyenya njengabantu abanamahloni benyenya, bebalekela impi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abantu bangena benyenya emzini ngalolo lusuku kungathi banamahloni, ngoba bebalekela impi.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:3
5 Referans Kwoze  

UBarizilayi wayesemdala kakhulu, eneminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; wayepha inkosi ukudla isahlezi eMahanayimi; ngoba wayengumuntu omkhulu kakhulu.


UDavida wasefika eMahanayimi. U-Abisalomu wadabula iJordani, yena nawo wonke amadoda akwa-Israyeli kanye naye.


Ubalekeleni ngasese wangeba; awushongo kimi ukuthi bengiyakumukisa ngentokozo, nangezihlabelelo, nangetamale, nangehange?


Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa ngalolo suku ukuthi inkosi idabukile ngendodana yayo.


Inkosi yasimboza ubuso bayo, inkosi yakhala ngezwi elikhulu, yathi: “O ndodana yami Abisalomu, Abisalomu, ndodana yami, ndodana yami!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite