Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 19:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa ngalolo suku ukuthi inkosi idabukile ngendodana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubantu bonke, ngokuba abantu bezwa kwathiwa ngalolo suku: “Inkosi idabukile ngendodana yayo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ukunqoba ngalolo lusuku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa kuthiwa ngalolo lusuku: “Inkosi idabukile ngenxa yendodana yayo.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 19:2
5 Referans Kwoze  

Intukuthelo yenkosi injengokubhonga kwengonyama; kepha ukuthokoza kwakhe kunjengamazolo otshanini.


Ekukhanyeni kobuso benkosi kukhona ukuphila; futhi injabulo yakhe injengefu lemvula yakamuva.


Kwabikwa kuJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, ililela u-Abisalomu.”


Abantu banyenya bangena emzini ngalolo suku njengehlazo abantu bebalekela impi.


UJowabe indodana kaSeruya wabona ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Abisalomu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite