Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inkosi yasisithi kubo: Ngizakwenza lokho elikubona kuhle. Inkosi yema esangweni, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Yayisithi inkosi kubo: “Okuhle emehlweni enu ngiyakukwenza.” Inkosi yema ngaseceleni kwesango, bonke abantu baphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Inkosi yayisithi kubo: “Ngizokwenza lokho enikubona kufanele.” Ngakho-ke inkosi yema ngaseceleni kwesango, wonke amabutho aphuma ngamakhulu nangezinkulungwane.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:4
5 Referans Kwoze  

UDavide wahlala phansi phakathi kwamasango omabili, umlindi wakhwela ophahleni lwesango odongeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanko umuntu egijima yedwa.


nanjengomoya wokwahlulela kohlezi ekwahluleleni, nanjengezikhwepha kwabaletha impi esangweni.


UDavide wayesebala amadoda ayenaye, wabeka phezu kwawo izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.


Izikhulu zamaFilisti zadabula ngamakhulu nangezinkulungwane, kepha uDavide nabantu bakhe bahamba no-Akhishi ngomvuzo.


Inkosi yabayala oJowabe no-Abishayi no-Ithayi, yathi: “Yibani mnene nensizwa ku-Abisalomu.” Bonke abantu bezwa lapho inkosi iyala zonke izikhulu ngo-Abisalomu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite