Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 18:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 UJowabe wabetha icilongo, abantu babuya emva kuka-Israyeli, ngokuba uJowabe wabavimba abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UJowabe wayesebetha icilongo, abantu babuya ekumxosheni u-Israyeli, ngokuba uJowabe wabagodla abantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 UJowabe wayesebetha icilongo, abantu babuya ekuxosheni u-Israyeli, ngokuba uJowabe wababamba abantu.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 18:16
6 Referans Kwoze  

Owesifazana wasesiya ebantwini bonke ngokuhlakanipha kwakhe. Balinquma ikhanda likaSheba, indodana kaBigi, baliphonsa kuJowabe. Wabetha icilongo, basuka emzini, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe. UJowabe wabuyela eJerusalema enkosini.


UJowabe wayesevuthela icilongo, bonke abantu bema, ababe besaxosha u-Israyeli, ababe besalwa.


Ngokuba uma icilongo likhala ngezwi elingaqondakaliyo, ngubani ongazilungisela ukulwa na?


Izinsizwa eziyishumi ezazimbethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.


Kwathi amadoda akwa-Israyeli ebona ukuthi u-Abimeleki ufile, aya, kwaba yilowo nalowo endaweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite