Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Lethani imibhede, nezitsha, nezimbiza zebumba, nokolweni, nebhali, nempuphu, nokolweni othosiwe, nobhontshisi, nodalili, namabele athosiweyo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 baletha amacansi, nemicengezi, nezitsha zebumba, nokolweni, nebhali,* nempuphu notshwele, nobhontshisi, nembumba, nenhlosa,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 bamlethela amacansi, imicengezi, izitsha zebumba, ubhontshisi, ukolo, ibhali, impuphu, utshwele, imbumba, inhlosa,

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:28
7 Referans Kwoze  

Ukuzidla kwenhliziyo yakho kukukhohlisile, wena ohlala emifantwini yedwala, okhaya lakho liphakeme; othi enhliziyweni yakhe: “Ngubani oyakungehlisela phansi na?


Kodwa abaphanayo bacabanga ngokuphana; futhi uyokuma ezintweni zokuphana.


Khona-ke u-Abigayili washesha wathatha izinkwa ezingamakhulu amabili namasaka amabili ewayini nezimvu ezinhlanu ezilungisiwe namaseya amahlanu kakolweni ogaziniwe nezigaxa eziyikhulu zezithelo zomvini ezomisiwe namaqebelengwane amakhiwane angamakhulu amabili wakubeka ezimbongolweni.


Babusisiwe abanesihawu, ngokuba bayakuhawukelwa.


UJakobe wamnika u-Esawu isinkwa nepani likadali; wadla waphuza wasukuma wahamba. Wadelela-ke u-Esawu ubuzibulo bakhe.


Umphefumulo ophanayo uyokhuluphala, noniselayo uyophuziswa yena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite