Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 17:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 O-Israyeli no-Abisalomu bamisa ezweni lakwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 O-Israyeli no-Abisalomu bamisa ezweni lakwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Abakwa-Israyeli no-Absalomu bakanisa kwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 17:26
6 Referans Kwoze  

Kwakukhona abaningi abesizwe sakwaManase; ngoba wayelizibulo likaJosefa; okungukuthi, uMagiri, izibulo likaManase, uyise kaGileyadi; ngokuba wayeyindoda yempi, ngalokho waba nelakwaGileyadi neBashani.


IGileyadi ngalinika iMagiri.


U-Abisalomu wabeka u-Amasa induna yempi esikhundleni sikaJowabe; u-Amasa wayeyindodana yendoda egama layo linguJitra, umIsrayeli, owangena no-Abigayili indodakazi kaNahashi, udadewabo kaSeruya, unina kaJowabe.


UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,


Amadoda aphuma aya endle ukulwa no-Israyeli; ukulwa kwaba sehlathini lakwa-Efrayimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite