Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 16:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 U-Abishayi indodana kaSeruya wayesethi enkosini: “Le nja efileyo iyithukelani inkosi yami, inkosi, na? mangidlula ngimkhumule ikhanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 U-Abishayi indodana kaSeruya wayesethi enkosini: “Le nja efileyo ingayithukelani inkosi yami, inkosi, na? Mangiye ngiyinqume ikhanda.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 U-Abhishayi, indodana kaZeruya, wayesethi enkosini: “Le nja efileyo iyithukelani inkosi yami, inkosi, na? Mangiye kuyo ngiyinqume ikhanda.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 16:9
13 Referans Kwoze  

Ungahlambalazi onkulunkulu, ungathuki umbusi wabantu bakini.


Wakhothama, wathi: “Iyini inceku yakho ukuba unake inja efileyo njengami na?”


U-Abineri wathukuthela kakhulu ngamazwi ka-Ishi Bosheti, wathi: “Ngiyikhanda lenja yini elinomusa kuJuda namuhla endlini kaSawule uyihlo, nakubafowabo, nakubangane bakhe, kangikophulanga na? esandleni sikaDavide ukuthi ungimangalele namuhla ngesikweleti ngalo wesifazane na?


Inkosi yakwa-Israyeli yaphumela kubani na? ujaha bani? enjeni efileyo, ezelezeni.


Hloniphani abantu bonke. Thandani ubuzalwane. Mesabeni uNkulunkulu. Hlonipha inkosi.


UPawuli wasesithi: Bengingazi, bazalwane, ukuthi ungumpristi omkhulu;


Kwathi abafundi bakhe oJakobe noJohane bekubona bathi: “Nkosi, uyathanda ukuba sibize umlilo wehle ezulwini, ubaqothule, njengokuba no-Eliya enza na?


UJowabe nomfowabo u-Abishayi bambulala u-Abineri, ngokuba wayebulele umfowabo u-Asaheli empini eGibeyoni.


Kodwa u-Abishayi indodana kaSeruya waphendula wathi: “UShimeyi akayikubulawa ngalokho, ngokuba waqalekisa ogcotshiweyo weNkosi na?”


UDavide wathi: “Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya ukuba nibe yizitha zami namuhla na? ingabe ukhona ozobulawa kwa-Israyeli namuhla? Angazi yini ukuthi ngiyinkosi phezu kuka-Israyeli namuhla na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite