Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 15:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kwathi emva kweminyaka engamashumi amane u-Abisalomu wathi enkosini: “Mangihambe ngigcwalise isithembiso sami engasenza kuJehova eHebroni.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi ngasekupheleni kweminyaka engamashumi amane u-Abisalomu wathi enkosini: “Mangihambe ukugcwalisa isithembiso sami engasethembisa kuJehova eHebroni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ekupheleni kweminyaka engama-40, u-Absalomu wathi enkosini: “Ngiyacela ukuba ngiye eHebhroni ngiyofeza isithembiso engasenza kuSimakade.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 15:7
10 Referans Kwoze  

Bhekani, nizilela ukuxabana nokuxabana nokushaya ngesibhakela sobubi; akumelwe nizile ukudla njenganamuhla ukuze nizwakalise izwi lenu phezulu.


Kodwa maye kini, babhali labaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu, ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukuba bangene.


Wazithuma eBetlehema, wathi: “Hambani nibuzisise ngomntwana; nxa senimtholile, ningitshele, ukuze nami ngize ngikhuleke kuye.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso; kakhulu kangakanani uma eletha ngomqondo omubi?


U-Abisalomu wayesebaleka, waya eGeshuri, waba khona iminyaka emithathu.


USamuweli wayesethatha uphondo olunamafutha, wamgcoba phakathi kwabafowabo; uMoya kaJehova wehlela phezu kukaDavide kusukela ngalolo suku. USamuweli wasuka, waya eRama.


UDavide wazalelwa amadodana eHebroni, izibulo lakhe lalingu-Amnoni ku-Ahinohama waseJizreyeli;


eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite