Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 15:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwasekufika isithunywa kuDavida sathi: Izinhliziyo zamadoda akoIsrayeli zilandela uAbisalomu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kwafika umbiki kuDavide, wathi: “Izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli zilandela u-Abisalomu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kwafika othile kuDavide wambikela, wathi: “Izinhliziyo zabantu bakwa-Israyeli zilandela u-Absalomu.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 15:13
7 Referans Kwoze  

Abafowabo bakanina bakhuluma onke lawa mazwi akhe ezindlebeni zabo bonke abantu baseShekemi, inhliziyo yabo yathandeka ukumlandela u-Abimeleki; ngoba bathi: Ungumfowethu.


UPilatu wathi kubo: Pho ngimenzeni uJesu othiwa uKristu? Bonke bathi kuye: Kabethelwe esiphambanweni.


U-Abisalomu wenze njalo ku-Israyeli wonke abeza enkosini ukuba ahlulele; u-Abisalomu weba izinhliziyo zamadoda akwa-Israyeli.


Izixuku ezazihamba ngaphambili neziyilandela zamemeza zathi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi; Hosana kweliphezulu.


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Bonke abantu bakubona, kwaba kuhle emehlweni abo, ngokuba konke ekwenzayo inkosi kwaba kuhle emehlweni abantu bonke.


Ihubo likaDavide, lapho ebalekela u-Abisalomu indodana yakhe. Jehova, yeka ukuthi baningi abangihluphayo; baningi abangivukelayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite