Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 U-Amnoni wathukuthela waze wagula ngenxa kadadewabo uTamari; ngoba yayiyintombi; kwaba nzima kuye u-Amnoni ukuba amenze utho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 U-Amnoni wajilajileka waze wagula ngenxa kadadewabo uTamari, ngokuba wayeyintombi; kwakungenakwenzeka emehlweni ka-Amnoni ukwenza lutho kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lokho kwamhlupha waze wagula ngenxa kadadewabo, uThamari, owayeyintombi, ngakho-ke kwakulukhuni ku-Amnoni ukuba angenza utho kuye.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:2
5 Referans Kwoze  

Ngokuba ukudabuka okuya ngokukaNkulunkulu kuveza ukuphendukela ekusindisweni okungaphenduki kukho, kepha ukudabuka kwezwe kuveza ukufa.


Ngiyanifungisa, madodakazi aseJerusalema, uma ningithola othandekayo, nimtshele ukuthi ngiyafa uthando.


U-Ahabi wangena endlini yakhe edangele, ethukuthele ngenxa yezwi uNaboti waseJizreyeli abelikhulume kuye; ngoba wathi: Kangiyikukunika ilifa labobaba. Walala embhedeni wakhe, wafulathela ubuso bakhe, akadlanga sinkwa.


Ngasemuva u-Abisalomu indodana kaDavide wayenodadewabo omuhle ogama lakhe linguTamari; u-Amnoni indodana kaDavide wamthanda.


Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayeyindoda ehlakaniphileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite