Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 13:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wayembethe ingubo emibalabala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqokiswa ngale ndlela. Inceku yakhe yamkhiphela phandle, yahluthulela umnyango ngemva kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wayenengubo enemibala, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayegqoka izingubo ezinjalo. Leyo nceku yayisimkhiphela phandle, yahluthulela emnyango emva kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UThamari wayegqoke ingubo ende, enemikhono emide, ngokuba amadodakazi enkosi ayeyizintombi ayengqoka kanjalo. Leyo nceku yamkhiphela phandle, yayisihluthulela umyango ngesikhiye lapho esephumile.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 13:18
7 Referans Kwoze  

Abagijimanga yini? abahlukanisanga impango; kuwo wonke amadoda intombazane noma amabili; kuSisera impango yemibala yonke, impango yawo wonke amathunga, imibala ethungayo nhlangothi zombili, izintamo zabaphangayo na?


U-Israyeli wamthanda uJosefa ngaphezu kwabo bonke abantwana bakhe, ngokuba wayeyindodana yobudala bakhe; wamenzela ingubo enemibala eminingi.


Bayithumela ingubo enemibala, bayiyisa kuyise; yathi: “Siyitholile; yazi manje ukuthi iyisambatho sendodana yakho noma qha.


UJosefa esefikile kubafowabo, bamhlubula uJosefa ingubo yakhe, ingubo yakhe enemibala eyayimbethe;


U-Ehudi wayesephumela egcekeni, wamvalela iminyango yekamelo lokuhlala, wayihluthulela;


Wayesebiza inceku yakhe eyayimkhonza, wathi: “Susa kimi lo wesifazane, ukhiye umnyango emva kwakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite