Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kumelwe alibuyisele iwundlu ngokuphindwe kane, ngoba yenze le nto nangenxa yokuthi yayingenasihawu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 uyakulibuyisa ixhukazana, liphindwe kane, ngokuba enze lokho nangokuba wayengenasihawu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ixhukazana uyakulibuyisela seliphindwe kane ngenxa yokuba enze lokho, futhi engabanga nasihawu.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:6
7 Referans Kwoze  

Uma umuntu eba inkabi noma imvu, ayihlabe, noma athengise ngayo; uyakubuyisela izinkomo ezinhlanu ngenkomo, nezimvu ezine ngemvu.


UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.


Kodwa uma etholwa, kufanele abuye kasikhombisa; kumelwe anikeze zonke izinto zendlu yakhe.


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Umnikazi womthombo kumelwe awulungise, anike umnikazi wawo imali; lesilwane esifileyo sibe ngesakhe.


Noma konke afunga ngakho amanga; kumelwe alibuyisele ecaleni elikhulu, engeze kulo okwesihlanu okwesihlanu, alinike lowo okumfanele ngosuku lomnikelo wakhe wecala.


Babuyisele namuhla amasimu abo, nezivini zabo, neminqumo yabo, nezindlu zabo, nokwekhulu kwemali, nokolweni, newayini, namafutha eniwatholile kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite