Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 UDavide wamduduza uBati Sheba umkakhe, wangena kuye, walala naye; wazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi uSolomoni; uJehova wamthanda.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UDavide wamduduza uBati Sheba umkakhe, wangena kuye, walala naye; wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uSolomoni. UJehova wamthanda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 UDavide wamduduza uBhathisheba, umkakhe; waya kuye, walala naye, wazala indodana, wayiqamba igama wathi nguSolomoni. USimakade wamthanda uSolomoni.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:24
13 Referans Kwoze  

UJese wazala uDavide inkosi; uDavide inkosi wazala uSolomoni ngumka-Uriya;


Inkosi uDavide yathi kulo lonke ibandla: “USolomoni indodana yami, yena yedwa uNkulunkulu amkhethileyo, usemusha, uthambile, nomsebenzi mkhulu, ngokuba isigodlo asisona esabantu, kodwa ngekaJehova uNkulunkulu.


Bazalelwa yena eJerusalema; oShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bobane, kuBatsuwa indodakazi ka-Amiyeli;


Kuyakuthi lapho izinsuku zakho sezigcwalisekile, usulala koyihlo, ngiyakuvusa inzalo yakho emva kwakho, eyakuphuma ezibilinini zakho, ngiqinise umbuso wayo.


Wathuma ngesandla somprofethi uNathani; waqamba igama layo ngokuthi uJedidiya ngenxa kaJehova.


Kodwa akabizanga umprofethi uNathani noBhenaya namaqhawe noSolomoni umfowabo.


Ngakho uNathani wakhuluma kuBhathisheba unina kaSolomoni wathi: Kawuzwanga yini ukuthi uAdonija indodana kaHagithi usezakuba yinkosi, lenkosi yethu uDavida kayikwazi?


USolomoni, inkosi yakwa-Israyeli, akonanga ngalokho na? nokho phakathi kwezizwe eziningi kwakungekho nkosi efana naye, ethandwa nguNkulunkulu wakhe, uNkulunkulu wamenza inkosi phezu kuka-Israyeli wonke; nokho wonisa abesifazane abezizwe.


NgoBhenjamini wathi: “Othandiweyo kaJehova uyakuhlala naye elondekile; uJehova uyakumsibekela usuku lonke, ahlale phakathi kwamahlombe akhe.


Lawa angamagama abazalelwa wona eJerusalema; oSamuwa noShobabi noNathani noSolomoni,


Ngokuba ngangiyindodana kababa, ngithambile, ngithandekayo emehlweni kamama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite