Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngoba wena wakwenza ngasese, kodwa mina ngizakwenza lokhu phambi kukaIsrayeli wonke laphambi kwelanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ngokuba wena wakwenza ngasese, kepha mina ngiyakukwenza lokhu phambi kuka-Israyeli wonke naphambi kwelanga.’ ”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Wena wakwenza lokhu ekusithekeni, kodwa Mina ngizokwenza lokhu phambi kuka-Israyeli wonke emini kwabha!’ ”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 12:12
7 Referans Kwoze  

Bammisela u-Abisalomu itende phezu kwendlu; u-Abisalomu wangena kuzo izancinza zikayise emehlweni abo bonke abakwa-Israyeli.


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, kungakhathaliseki ukuthi kuhle noma kubi.


Khona-ke umkami makadle ngokwesinye isikhathi, futhi makukhothame abanye phambi kwakhe.


Abukho ubumnyama nethunzi lokufa lapho abenzi bobubi bengacasha khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite