Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 11:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 UDavide wayesethumela wabuza kowesifazane. Omunye wathi: “Lo akasiye uBati Sheba indodakazi ka-Eliyamu umka-Uriya umHeti na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 UDavide wathuma wabuza ngalowo wesifazane. Omunye wathi: “Lowo akasiye uBati Sheba yini, indodakazi ka-Eliyamu, umka-Uriya umHeti, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 UDavide wathumela, wabuza ngalo wesifazane, wathi: “Lo akusiye yini uBhathisheba, indodakazi ka-Eliyamu ongumka-Uriya, umHithi na?”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 11:3
10 Referans Kwoze  

ngu-Uriya umHeti, bebonke bengamashumi amathathu nesikhombisa.


Bazalelwa yena eJerusalema; oShimeya, noShobabi, noNathani, noSolomoni, bobane, kuBatsuwa indodakazi ka-Amiyeli;


Babenjengamahhashi akhuluphalisiweyo ekuseni; kwaba yilowo nalowo waxosha umkamakhelwane wakhe.


u-Uriya umHeti, noZabadi indodana ka-Alayi,


Kodwa indoda empofu yayingenalutho, ngaphandle kwewundlu elilodwa lensikazi elincane eyalithenga futhi yalikhulisa, futhi lakhula kanye nayo nabantwana bayo; ladla okwalo, laphuza endebeni yalo, lalala esifubeni sakhe, lalinjengendodakazi kuye.


no-Elifeleti indodana ka-Ahasibayi indodana yomMagati, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGiloni,


Ngokuba uDavide wenza okulungile emehlweni kaJehova, akaphambukanga kukho konke amyale ngakho zonke izinsuku zokuhamba kwakhe, kuphela endabeni ka-Uriya umHeti.


Ungafisi ubuhle bakhe enhliziyweni yakho; futhi angakuthinteli ngezinkophe zakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite