Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kwabaseKorinte 3:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Siqala futhi ukuzincoma na? Sidinga, njengabathile, izincwadi zokusifakaza kini, noma izincwadi zokusincoma ezivela kini?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Sesiqala futhi ukuzincoma na? Kumbe siyadinga yini njengabanye izincwadi zokusincoma eziza kini noma ezivela kini na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngabe sesiqala ukuzincoma yini na? Kumbe nathi sidinga izincwadi zokusincoma kini noma ezivela kini njengoba abanye bezidinga na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Siqala futhi ukuzincoma na? Sidinga, njengabathile, izincwadi zokusifakaza kini, noma izincwadi zokusincoma ezivela kini?

Gade chapit la Kopi




2 kwabaseKorinte 3:1
13 Referans Kwoze  

Sengibe yisiwula ngokuzibonga; ningiphoqile nina, ngokuba mina bekufanele ukuba nginconywe yinina, ngokuba angisilele ngalutho kubaphostoli abakhulu kunabo bonke, noma ngingelutho.


Ngoba kasinasibindi sokuzilinganisa kumbe ukuzifanisa labanye abazincomayo;


Ngokuba asizincomi futhi kini, kodwa sininika ithuba lokuzibonga ngathi, ukuze nibe nakho ukuphendula abazibongayo ngokusemehlweni kungeyisikho ngenhliziyo.


Kwathi esezimisele ukudlulela eAkhaya, abazalwane baloba, bekhuthaza abafundi ukuthi bamamukele;


Njalo ekufikeni kwami labo enibavuma ngezincwadi, ngizakubathuma ukuthi balethe izipho zenu eJerusalema.


Futhi nithi siyazithethelela kini na? sikhuluma phambi kukaNkulunkulu sikuKristu, kepha konke sikwenzela ukwakhiwa kwenu, bathandekayo.


Ngokuba noma ngingazibonga kakhulu ngamandla ethu, esinike wona iNkosi ukuba sinakhe, ingasi ukunibhidliza, angiyikujabha;


Ngokuba asinjengabaningi abonakalisa izwi likaNkulunkulu, kepha njengabaqotho, njengabavela kuNkulunkulu phambi kukaNkulunkulu sikhuluma sikuKristu.


njengalokhu nami ngithokozisa bonke ezintweni zonke, ngingafuni inzuzo yami, kodwa eyabaningi, ukuze basindiswe.


Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.


Ngokomusa kaNkulunkulu engiwuphiweyo, njengomakhi ohlakaniphileyo ngabeka isisekelo, omunye wakha phezu kwaso. Kodwa yilowo nalowo makaqaphele ukuthi wakha kanjani phezu kwaso.


Ngiyamtusa kini uFebe udadewethu oyisikhonzi sebandla eliseKenikreya;


Ngoba akusiye ozincomayo owamukelekayo, kodwa onconywa yiNkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite