Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 NguLuka yedwa onami. Thatha uMarku, uze naye, ngokuba uyasiza kimi enkonzweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 nguLuka yedwa onami. Thatha uMarku, uze naye, ngokuba unosizo kimi ekukhonzeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 uLuka nguye kuphela onami. Ubokuza noMakhu, ngokuba uwusizo kimi emsebenzini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 NguLuka yedwa onami. Thatha uMarku, uze naye, ngokuba uyasiza kimi enkonzweni.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 4:11
15 Referans Kwoze  

Esekubonile lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku; lapho ababebuthene khona abanengi bekhuleka.


oMarku, no-Aristarku, noDema, noLucas, izisebenzi kanye nami.


OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.


Uyakwazi lokhu, ukuthi bonke abase-Asiya bangifulathele; okukubo ngoFigelu noHermogene.


Uyakhonza kini uLuka, udokotela othandekayo, noDema.


Uyakhonza kini u-Aristarku isiboshwa kanye nami, noMarku indodana kadadewabo kaBarnaba, enayalwa ngaye; uma efika kini mamukeleni;


Kwaba khona ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana, uBarnabasi wamthatha uMarku, waya eKhupro ngomkhumbi;


Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami.


Esewubonile umbono, sahle sazama ukuya eMakedoniya, sesibonile impela ukuthi iNkosi isibizile ukuba sishumayele ivangeli kubo.


Bhekani, bakhona abokugcina abayakuba ngabokuqala, kukhona abokuqala abayakuba ngabokugcina.


Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.


Ngiyakuphulukisa ukuhlubuka kwabo, ngibathande ngesihle, ngokuba ulaka lwami lubuyile kuye.


UBarnabasi wazimisela ukuhamba noJohane othiwa uMarku.


Ngakho-ke uma umuntu ezihlanza kulezizinto, uyakuba yisitsha esihloniphekayo, esingcwelisiwe, esilungele umninindlu, esilungiselwe yonke imisebenzi emihle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite