Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 3:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kodwa kabayikuqhubekela phambili, ngoba ubuthutha babo buzakuba sobala kubo bonke, njengoba kwaba njalo obabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kepha abasayikuqhubekela phambili; ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengokuba kwaba njalo nobabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kepha abayikuqhubekela phambili, ngokuba ubuwula babo buyakuba sobala kubo bonke, njengalokhu baba kanjalo nobalawo madoda.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kodwa kabayikuqhubekela phambili, ngoba ubuthutha babo buzakuba sobala kubo bonke, njengoba kwaba njalo obabo.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 3:9
14 Referans Kwoze  

Njengoba uJane loJambre bamelana loMozisi, ngokunjalo laba bamelana leqiniso, abantu abalengqondo eyonakeleyo, abalamandla ekukholweni.


Ngokuba yilowo nalowo waphonsa induku yakhe, yaba yizinyoka, kepha induku ka-Aroni yadla izinduku zabo.


Izanusi zazingenakuma phambi kukaMose ngenxa yamathumba; ngoba amathumba ayephezu kwezanusi laphezu kwawo wonke amaGibhithe.


Manje bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho, uyakuba yimpumputhe, ungaliboni ilanga isikhathi. Kwahle kwehlelwa yinkungu nobumnyama phezu kwakhe; wasezulazula efuna abangamhola ngesandla.


Baphi-ke abaprofethi benu ababeprofetha kini, bathi: Inkosi yaseBabele ayiyikunehlela nina naleli zwe?


Impela, ulaka lomuntu luyakudumisa;


Wayesethi uMika: “Bheka, uyakukubona ngalolo suku, uma ungena ekamelweni ukuba ucashe.


UFaro wayesebiza izazi nezanusi; nezanusi zaseGibithe zenza njalo ngemilingo yazo.


Base begcwala ukuhlanya; basebekhulumisana bodwa ukuthi bangamenzani uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite