Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 2:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Akakho osempini ozifaka ezindabeni zalokhu kuphila; ukuze amthokozise omkhethileyo ukuba yisosha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Akakho osempini olibala izidingo zalokhu kuphila, aze akholeke kulowo abuthwe nguye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Akekho othi esebenza njengebutho alibale yiminako yalokhu kuphila, kodwa ulwela ukuthokozisa lowo ombuthileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Akakho osempini ozifaka ezindabeni zalokhu kuphila; ukuze amthokozise omkhethileyo ukuba yisosha.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 2:4
11 Referans Kwoze  

Kodwa njengoba sivunyiwe nguNkulunkulu ukuthi siphathiswe ivangeli, sikhuluma ngokunjalo; kungenjengokuthokozisa abantu, kodwa uNkulunkulu ohlola izinhliziyo zethu.


Leyo eyawela emeveni yilabo abathi sebezwile, bahambe baminyaniswe yizinkathazo nengcebo nezinjabulo zalokhukuphila, bangathelisithelo.


Ngokuba uma sebebalekele ukungcola kwezwe ngokuyazi iNkosi noMsindisi uJesu Kristu, babuye bahilelwe yikho, bahlulwe, isiphetho sabo sibi kunokuqala.


Ngokuba uDema ungishiyile, ethanda leli zwe lamanje, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya, uThithu eDalmatiya.


Ngakho sisebenza nzima ukuthi, loba sikhona kumbe singekho, sibe ngabamukelekayo kuye.


Ngakho yimani niqinile enkululekweni uKristu asikhulule ngayo, ningabe nisaboshelwa ejokeni lobugqila.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite