Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kuThimothewu 2:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kodwa imibuzo yobuwula leyabangafundileyo uyigweme, wazi ukuthi izala ukuxabana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kepha ukuphikisana kobuwula nokokungazi ukunqabe, wazi ukuthi kuzala ukulwa;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kodwa ziqhelelanise empikiswaneni engubuwula nengenangqondo, wazi ukuthi lokho kudala ukulwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kodwa imibuzo yobuwula leyabangafundileyo uyigweme, wazi ukuthi izala ukuxabana.

Gade chapit la Kopi




2 kuThimothewu 2:23
7 Referans Kwoze  

Bakhumbuze ngalezo zinto, ubayale phambi kweNkosi ukuthi bangaphikisani ngamazwi, okungasizi lutho, kodwa kubhubhise abezwayo.


Kepha gwema imibuzo yobuwula, nezindaba zozalo, nokubanga, nokubanga ngomthetho; ngoba azisizi futhi ziyize.


Kepha inkulumo-ze eyize xwaye kuyo, ngokuba bayokwanda ekungahloniphi uNkulunkulu.


Kodwa uyenqaba izinganekwane ezingcolile nezalukazi, futhi uzijwayeze ukumesaba uNkulunkulu.


futhi ninganaki izinganekwane nezinhlu zozalo ezingenakuphela, ezibanga imibuzo, kunokwakha kukaNkulunkulu okusekukholweni;


Zivelaphi izimpi nokulwa phakathi kwenu na? Aziphumi yini lapha ezinkanukweni zenu ezilwa ezithweni zenu na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite