Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 USamuweli wasesithi kumpheki: Letha isabelo engakunika sona, engakutshela ngaso: Sibeke kuwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 USamuweli wathi kumpheki: “Letha isabelo engakunika sona engasho kuwe ngaso ukuthi: Sibeke ngakuwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 USamuweli wathi kumpheki: “Letha isabelo engakunika sona engasho kuwe ngaso ukuthi: ngigcinele sona.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 9:23
4 Referans Kwoze  

Kodwa uHana wamnika isabelo esihle; ngokuba wayemthanda uHana, kepha uJehova wasivala isizalo sakhe.


Wabathatha, wabathuma basuka phambi kwakhe; kepha ukudla kukaBenjamini kwaba ngokuphindwe kahlanu kunabo bonke. Baphuza, bajabula naye.


USamuweli wayesemthatha uSawule nenceku yakhe, wabangenisa endlini yokuphumula, wabahlalisa endaweni ephakemeyo phakathi kwabamenyiweyo, kungathi abantu abangamashumi amathathu.


Umpheki wathatha ihlombe nalokho okwakuphezu kwalo, wakubeka phansi phambi kukaSawule. USamuweli wathi: “Bheka, okusele; Kubeke phambi kwakho, udle, ngokuba kuze kube manje kugcinelwe wena kusukela ngathi: Ngimemile abantu. Ngakho uSawule wadla noSamuweli ngalolo suku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite