Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 31:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Athatha amathambo abo, awangcwaba phansi kwesihlahla eJabeshi, azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Athatha amathambo abo, awembela phansi komtamariske* eJabeshi, azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Athatha amathambo abo awambela phansi komthamariske, eJabeshi. Azila ukudla izinsuku eziyisikhombisa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 31:13
8 Referans Kwoze  

Bafika esibuyeni sase-Athadi esingaphesheya kweJordani, bakhala khona ngesililo esikhulu nesinzima kakhulu; wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


Lapho uSawule ezwa ukuthi uDavide utholakele namadoda ayenaye, uSawule wahlala eGibeya ngaphansi komuthi eRama ephethe umkhonto wakhe esandleni sakhe, nazo zonke izinceku zakhe zazimi ngakuye.


Balila, bakhala, bazila ukudla kwaze kwahlwa ngenxa kaSawule, nangenxa kaJonathani indodana yakhe, naphezu kwabantu bakaJehova, naphezu kwendlu yakwa-Israyeli; ngoba bawa ngenkemba.


Kepha uDebora umzanyana kaRebeka wafa, wembelwa phansi kweBethele phansi kwe-oki, igama lalo labizwa ngokuthi i-Alonibhakuti.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


Umka-Uriya esezwile ukuthi u-Uriya umyeni wakhe ufile, wamlilela umyeni wakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite