Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 UDavida wasesithi kuye: Ungangehlisela kulesixuku? Wathi: “Funga kimi ngoNkulunkulu ukuthi awuyikungibulala, unganginikele esandleni senkosi yami, ngikwehlisele kulesi sixuku;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UDavide wathi kuye: “Ungangehlisela kulelo viyo na?” Wathi: “Funga kimi uNkulunkulu ukuthi awuyikungibulala, unganginikeli ezandleni zenkosi yami, ngiyakukwehlisela kulelo viyo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 UDavide wathi kuyo: “Ungangehlisela kulelo viyo labahlaseli?” Yathi: “Uma ufunga kimi phambi kukaNkulunkulu ukuthi awuyukungibulala noma ungibuyisele enkosini yami; ngizokwehlisela kulabo bahlaseli.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:15
12 Referans Kwoze  

Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Kuphila kwami, impela isifungo sami asideleleyo, nesifungo sami asephulayo, ngiyakukubeka phezu kwekhanda lakhe.


Kuphila kwami, isho iNkosi uJehova, impela endaweni yokuhlala inkosi eyambeka inkosi, esifungo sayo yasidelela, nesiphetho sayo wasaphula, yebo, uyakufa kanye nayo phakathi kweBabiloni.


Wathatha enye yenzalo yenkosi, wenza isivumelwano nayo, wamfungisa; wathatha nabanamandla bezwe.


U-Akhishi wayesembiza uDavide, wathi kuye: “Ngempela, kuphila kukaJehova, wena ulungile, nokuphuma kwakho nokungena kwakho nami empini kuhle emehlweni ami; ngokuba angifumananga bubi kuwe kusukela osukwini lokufika kwakho kimi kuze kube namuhla;


UJoshuwa wenza ukuthula nabo, wenza isivumelwano nabo ukubayeka baphile; nezinduna zebandla zafunga kubo.


Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;


Sahlasela eningizimu yamaKrethe, nasogwini lwakwaJuda, naseningizimu yakwaKalebi; sayishisa iSikilagi ngomlilo.


Lapho emehlisa, bheka, babehlakazekile emhlabeni wonke, bedla, bephuza, besina ngenxa yayo yonke impango enkulu ababeyithathile ezweni lamaFilisti nasezweni lakwaJuda.


Ngizakufungisa uJehova, uNkulunkulu wezulu, loNkulunkulu womhlaba, ukuthi kawuyikuthathela indodana yami umfazi emadodakazini amaKhanani engihlala phakathi kwawo.


Izinhloli zabona umuntu ephuma emzini, zathi kuye: “Sibonise indlela yokungena emzini, siyakukwenzela umusa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite