Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wonke u-Israyeli kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba wazi ukuthi uSamuweli uqinisiwe ukuba abe umprofethi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wonke u-Israyeli kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba wazi ukuthi uSamuweli uqinisiwe ukuba abe ngumprofethi kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Wonke u-Israyeli kusukela kwaDani kuze kube seBheri Sheba wazi ukuthi uSamuweli uqinisiwe ukuba abe ngumphrofethi kaSimakade.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 3:20
10 Referans Kwoze  

Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


ukuguqula umbuso wendlu kaSawule, kumiswe isihlalo sobukhosi sikaDavide phezu kuka-Israyeli naphezu kukaJuda, kusukela kwaDani kuze kufike eBeri Sheba.


Ngiyambonga ongenzele amandla, uKristu Jesu iNkosi yethu, ngokuba wathi ngikholekile, engimisa enkonzweni;


Ngalokho ngiyaluleka ukuba wonke u-Israyeli abuthane kuwe, kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba, ngangesihlabathi esingasolwandle ngobuningi; nokuthi uziyele wena empini.


Emva kwalokho wabanika abahluleli isikhathi esingangeminyaka engamakhulu amane namashumi ayisihlanu, kwaze kwafika uSamuweli umprofethi.


UJehova wathuma oJerubali noBedani noJefta noSamuweli wanikhulula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala ngokulondeka.


OJuda no-Israyeli bahlala belondekile, kwaba yilowo nalowo phansi komvini wakhe naphansi komkhiwane wakhe, kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba, zonke izinsuku zikaSolomoni.


Futhi uma uthi enhliziyweni yakho: Singalazi kanjani izwi uJehova angalikhulumanga?


Futhi lapho lokhu kwenzeka, bheka, kuyofika, khona-ke bayokwazi ukuthi kwakukhona umprofethi phakathi kwabo.


Ngavusa abaprofethi emadodaneni enu namaNaziri ezinsizwa zenu. Akunjalo, bantwana bakwa-Israyeli? kusho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite