Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 29:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 U-Akhishi wayesephendula, wathi kuDavide: “Ngiyazi ukuthi ulungile emehlweni ami njengengelosi kaNkulunkulu; lanxa izikhulu zamaFilisti zathi: Kayikukhuphuka lathi ekulweni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 U-Akhishi waphendula, wathi kuDavide: “Ngiyazi ukuthi umuhle emehlweni ami njengengelosi kaNkulunkulu, nokho izikhulu zamaFilisti zishilo ukuthi: ‘Akayikukhuphuka, aye nathi empini.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 U-Akhishi waphendula, wathi kuDavide: “Ngiyazi ukuthi umuhle emehlweni ami, ufana nengelosi kaNkulunkulu, nokho abakhuzi bempi yamaFilisti bathe: ‘Akayukukhuphuka nathi, aye empini.’

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 29:9
5 Referans Kwoze  

Wahleba inceku yakho enkosini yami, inkosi; kodwa inkosi yami, inkosi, injengengilosi kaNkulunkulu; khona-ke yenza okuhle emehlweni akho.


Inceku yakho uJowabe yenza le nto ukuze ilingise le ndlela; futhi inkosi yami ihlakaniphe njengokuhlakanipha kwengelosi kaNkulunkulu, ukwazi konke okusemhlabeni.


Inceku yakho yathi: ‘Izwi lenkosi yami, inkosi, makube elinokuthula, ngokuba njengengelosi kaNkulunkulu, injalo inkosi yami, inkosi, ukwahlukanisa okuhle nokubi; ngalokho uJehova uNkulunkulu wakho uyakuba nawe.


Ukulingwa kwami okwakusenyameni yami anikudelelanga, anikuyekanga; kodwa nangamukela njengengelosi kaNkulunkulu, njengoKristu Jesu.


Izikhulu zamaFilisti zamthukuthelela; izikhulu zamaFilisti zathi kuye: “Lowo muntu makabuyele emuva, abuyele endaweni yakhe owammisela yona, angehli nathi ukulwa, funa ukulwa nathi empini.” hhayi. Ngoba ubeyakuzibuyisa ngani enkosini yakhe? Akufanele yini kube ngamakhanda alaba bantu?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite