Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 29:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Akuyena yini uDavide abahlabelela ngaye ekusineni, bathi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Lona akasiye uDavide ababehlabelela ngaye, besina bethi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, kepha uDavide izinkulungwane zakhe eziyishumi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “Lo akusiye yini uDavide ababehlabelela ngaye, besina bethi: “ ‘USawule ubulele izinkulungwane zakhe, kodwa uDavide izinkulungwane zakhe ezilishumi,’ na?”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 29:5
4 Referans Kwoze  

Izinceku zika-Akhishi zathi kuye: “Lo akasiye uDavide inkosi yezwe na? Abahlabelelanga yini ngaye, ngokuthi: “USawule ubulele izinkulungwane zakhe, uDavide amashumi ezinkulungwane zakhe na?


Obusisa umngane wakhe ngezwi elikhulu, avuke ekuseni kakhulu, kuyakuthiwa isiqalekiso kuye.


UMiriyamu umprofethikazi, udadewabo ka-Aroni, waphatha isigubhu ngesandla sakhe; bonke abesifazane baphuma bamlandela bephethe izigubhu nokusina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite