Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 28:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wayesethi uSamuweli: “Ungibuzelani, lokhu uJehova esemukile kuwe, waba yisitha sakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 USamuweli wathi: “Pho, ubuzelani kimi, lokhu uJehova esesukile kuwe, waba yisitha sakho, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 USamuweli wathi: “Pho ubuzelani kimi, njengoba uSimakade esekuphendukele, waba yisitha sakho na?

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 28:16
10 Referans Kwoze  

Kuyo kwafunyanwa igazi labaprofethi, nelabangcwele, nelabo bonke ababulawa emhlabeni.


Thokoza ngawo wena zulu, nani baphostoli abangcwele, nani baprofethi; ngoba uNkulunkulu ukuphindisele kulo.


UJehova unjengesitha, wadla u-Israyeli, wadla zonke izindlu zakhe zobukhosi;


Wathi: “Uma uJehova engakusizi, mina ngiyakukusiza ngani na?” esitezini noma emshinini wokukhandela?


Mazibhubhe zonke izitha zakho, Jehova, kepha abamthandayo mababe njengelanga lapho liphuma ngamandla alo. Izwe laphumula iminyaka engamashumi amane.


USamuweli wasesithi kuSawuli: Ungihlupheleni ukungenyusa? USawuli wasesithi: Ngicindezelekile kakhulu; ngokuba amaFilisti ayalwa nami, kepha uNkulunkulu ungishiyile, akasangiphenduli ngabaprofethi nangamaphupho; ngakho-ke ngikubizile, ukuze ungazise okufanele ngikwenze.


UJehova wenza kuye njengokukhuluma kwakhe ngesandla sami, ngokuba uJehova wahlwitha umbuso esandleni sakho, wawunika umakhelwane wakho uDavide.


Wansala umnsalo wakhe njengesitha; Wema ngesandla sakhe sokunene njengesitha, wabulala konke okubonakala emehlweni etendeni lendodakazi yaseSiyoni; Wathulula ulaka lwakhe njengomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite