Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 26:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 USawuli wasesithi kuDavida: Ubusisiwe wena, ndodana yami Davide; uzakwenza izinto ezinkulu njalo unqobe. UDavide wahamba, uSawule wabuyela endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 USawule wathi kuDavide: “Mawubusiswe wena ndodana yami Davide; uyakwenza izinto ezinkulu, uphumelele kahle.” Wayesehamba uDavide ngendlela yakhe, uSawule wabuyela endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 USawule wathi kuDavide: “Mawubusiswe wena ndodana yami, Davide; uyakwenza izinto ezinkulu, uphumelele kahle.” Wayesebamba indlela yakhe uDavide, noSawule wabamba abeze ngayo, wabuyela endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 26:25
10 Referans Kwoze  

Lapho ekhuluma iqiniso, ungamkholwa, ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.


Ngokuba uma umuntu efumana isitha sakhe, uyakusikhulula na? ngalokho uJehova uyakukuvuza kahle ngalokho okwenze kimi namuhla.


Wathi: “Igama lakho alisayikuthiwa uJakobe, kepha u-Israyeli;


Qha, kukho konke lokhu singabanqobi ngaye owasithandayo.


Ngubani oyakusahlukanisa nothando lukaKristu na? Noma usizi, noma ukucindezeleka, noma ukuzingelwa, noma indlala, noma ukuhamba-ze, noma ingozi, noma inkemba?


Yebo, yayinamandla phezu kwengelosi futhi yanqoba; wakhala, wamncenga; wamfumana eBethele, wakhuluma nathi khona;


Asikho isikhali esenzelwa wena esiyophumelela; nalo lonke ulimi olukuvukelayo ekwahluleleni kumelwe ululahle. Leli yifa lezinceku zikaJehova, nokulunga kwazo okuvela kimi,” usho uJehova.


UDavide wafunga kuSawule. USawuli wasesiya endlini yakhe; kepha uDavide nabantu bakhe benyukela enqabeni yasezintabeni.


Manje bheka, ngiyazi kahle ukuthi uyakuba yinkosi impela, nokuthi umbuso wakwa-Israyeli uyakuqiniswa esandleni sakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite