Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kepha uSawule wanika uPhaliti indodana kaLayishi waseGalimi indodakazi yakhe uMikhali umkaDavide.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kepha uSawule wayesemnike uPaliti indodana kaLayishi waseGalimi uMikhali indodakazi yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 USawule wayesemganisile uMikhali indodakazi yakhe, wamganisela uPhalithi, indodana kaLayishi, waseGalimi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:44
5 Referans Kwoze  

UDavida wasethuma izithunywa kuIshiboshethi indodana kaSawuli ukuthi: Khulula umkami uMikhali engamgana ngamajwabu ayikhulu amaFilisti.


UDavide wazilungiselela, wahamba yena nabantu bakhe, wabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu amabili; uDavida waletha amajwabu awo, basebenika inkosi indaba zonke, ukuze abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wamnika uMikhali indodakazi yakhe ibe ngumkakhe.


Phakamisa izwi lakho, O ndodakazi yaseGalimi, malizwakale eLayisi, O Anatoti ompofu!


UMikhali indodakazi kaSawule wathanda uDavide;


U-Ishi Bosheti wayesethumela wamthatha kumyeni wakhe uPalitiyeli indodana kaLayishi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite