Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 U-Abigayili washesha wasuka, wagibela imbongolo, amantombazane akhe ayisihlanu amlandela; wazilandela izithunywa zikaDavide, waba ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 U-Abigayili washesha wasuka, wakhwela imbongolo kanye nezintombi zakhe ezazihamba naye; wazilandela izithunywa zikaDavide, waba ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 U-Abhigayili washesha wasuka, wagibela embongolweni kanye nezintombi zakhe eziyisihlanu ezazihamba naye; walandela izithunywa zikaDavide, waba ngumkakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:42
7 Referans Kwoze  

UDavide wahlala no-Akhishi eGati, yena namadoda akhe, kwaba yilowo nalowo nendlu yakhe, noDavide enabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili waseKarmeli, umkaNabali.


Nabafazi bakaDavide ababili bathunjwa, u-Ahinohama waseJizreyeli no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.


UDavide wenyukela khona, kanye nabafazi bakhe ababili, o-Ahinohama waseJizreyeli, no-Abigayili umkaNabali waseKarmeli.


UDavide wazalelwa amadodana eHebroni, izibulo lakhe lalingu-Amnoni ku-Ahinohama waseJizreyeli;


eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite