Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Kwathi ekuseni, lapho iwayini lenyuka kuNabali, umkakhe wamtshela lokho, inhliziyo yakhe yafa phakathi kwakhe, waba njengetshe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Kwathi ekuseni, lapho iwayini seliphumile kuNabali, umkakhe wamtshela lezo zinto, inhliziyo yakhe yafa phakathi kwakhe, waba njengetshe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Ekuseni, selidamukile iwayini kuNabali, umkakhe wamtshela ngalezo zinto, inhliziyo yakhe yaphelelwa ngamandla, waba njengetshe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:37
7 Referans Kwoze  

Ngokuba kuphila kukaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owangivimbela ukuba ngikulimaze, uma ubungasheshanga ukuza ukungihlangabeza, impela, ngabe akasalanga uNabali ekukhanyeni kokusa uJehova angazange amshaye udonga.


UNkulunkulu uyakwenza lokhu futhi enezele ezitheni zikaDavide, uma ngithungela odongeni konke okwakhe ekuseni;


UJehova uyakukushaya ngobuhlanya nobumpumputhe nangokumangala kwenhliziyo.


U-Abigayili wafika kuNabali; bheka, wayenedili endlini yakhe njengedili lenkosi; inhliziyo kaNabali yayijabule phakathi kwakhe, ngokuba wayedakwe kakhulu; ngalokho akamtshelanga lutho, okukhulu noma okuncane, kwaze kwasa.


Kwathi emva kwezinsuku eziyishumi uJehova wamshaya uNabali, wafa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite