Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kepha enye yezinsizwa yamtshela u-Abigayili umkaNabali yathi: “Bheka, uDavide uthume izithunywa zivela ehlane ukuba zibingelele inkosi yethu; wabathuka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kodwa enye yezinsizwa yamtshela u-Abigayili umkaNabali, yathi: “Bheka, uDavide wathuma izithunywa zivela ehlane ukuba zibingelele inkosi yethu, kepha yazithukuthelela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Enye yezinsizwa yamtshela umkaNabali u-Abhigayili, yathi: “Bheka, uDavide uthumele izithunywa zisuka ehlane ukuzobingelela inkosi yethu, kepha yona yazithukuthelela.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:14
4 Referans Kwoze  

Labadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo, besithi: Hawu, wena odiliza ithempeli, ulakhe ngensuku ezintathu!


Kwathi nje lapho eqeda ukunikela ngomnikelo wokushiswa, bheka, uSamuweli wafika; uSawule waphuma ukumhlangabeza ukumbingelela.


Lapho uSamuweli efika kuSawule, uSawule wathi kuye: “Mawubusiswe wena nguJehova! Ngenza umyalo kaJehova.


Igama lalowo muntu lalinguNabali; igama lomkakhe lalingu-Abigayili; futhi wayengowesifazane onengqondo enhle futhi ebukekayo; wayengowendlu kaKalebi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite