Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngithathe yini isinkwa sami, namanzi ami, nenyama yami engiyihlabele abagundi bami, ngiyinike abantu engingabaziyo ukuthi bavelaphi na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngithathe yini isinkwa sami, namanzi ami, nengikuhlabele abagundi bami, ngikuphe abantu engingabazi ukuthi bavelaphi, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngisithathe yini isinkwa sami, namanzi ami, nenyama engikuhlabele abagundi bami, ngikuphe abantu engingabazi ukuthi bavelaphi na?”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:11
16 Referans Kwoze  

Izikhulu zaseSukoti zathi: “Isandla sikaSheba noSalimuna manje sisesandleni sakho ukuba sinike impi yakho isinkwa na?”


Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, ikakhulu kwabendlu yokukholwa.


Phathani omunye komunye ngaphandle kokukhononda.


njengabangaziwa, kodwa baziwa kakhulu; njengabafayo, futhi, bheka, siyaphila; njengabalaywayo, njalo abangabulawanga;


Noma ngidle ucezu lwami ngedwa, intandane ayidlanga kuso;


Igama lalowo muntu lalinguNabali; igama lomkakhe lalingu-Abigayili; futhi wayengowesifazane onengqondo enhle futhi ebukekayo; wayengowendlu kaKalebi.


Njengoba isaga sabadala sisithi: Komubi kuvela ububi, kodwa isandla sami kasiyikumelana lawe.


Futhi uthi enhliziyweni yakho: Amandla ami namandla esandla sami kungizuzele le ngcebo.


Wayesefika kubantu baseSukoti, wathi: “Nango oSeba noSalimuna enangithuka ngabo ngokuthi: ‘Isandla sikaSeba noSalimuna manje sisesandleni sakho ukuba siphe amadoda akho akhatheleyo isinkwa na?’


Manje ngizwile ukuthi unabagundi; manje abelusi bakho ababe nathi, asibalimazanga, abasweli lutho ngaso sonke isikhathi beseKarmeli.


Zase ziphenduka izinsizwa zikaDavide, zabuya, zafika zamtshela onke lawo mazwi.


Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengalokho bamphendula abantu baseSukoti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite