Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 24:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Manje funga kimi ngoJehova ukuthi awuyikuqeda inzalo yami emva kwami, nokuthi awuyikuqeda igama lami endlini kababa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngalokho ngifungele uJehova ukuthi awuyikunquma inzalo yami emva kwami nokuthi awuyikwesula igama lami endlini kababa.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngakho-ke funga kimi ngoSimakade ukuthi awuyukulubhubhisa uzalo lwami, futhi awuyukulesula igama lami endlini kababa.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 24:21
9 Referans Kwoze  

Manje funga kimi lapha ngoNkulunkulu ukuthi awuyikungikhohlisa mina nendodana yami nendodana yendodana yami; kodwa ngokomusa engikubonise wona, kumelwe uwenze kimi nakulo izwe ogogobele kulo njengowezizwe.


Ngokuba abantu bafunga omkhulu kubo, nesifungo sokuqinisekisa singukuphela kwakho konke ukuphikisana.


UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu kayise wabo, makahlulele phakathi kwethu. UJakobe wafunga ngokwesaba kukayise u-Isaka.


Wayesethi uLabani: “Lelithemba namuhla liwubufakazi phakathi kwami nawe.” Ngalokho igama lawo lathiwa iGaledi;


Wathi kuye: “Ungesabi, ngokuba isandla sikaSawule ubaba asiyikukuthola; uzakuba yinkosi phezu kukaIsrayeli, mina ngibe lawe; lobaba uSawuli uyakwazi lokhu.


Xolela isiphambeko senceku yakho, ngokuba uJehova uyakuyenzela inkosi yami indlu; ngokuba inkosi yami ilwa izimpi zikaJehova, akufunyanwanga okubi kuwe zonke izinsuku zakho.


Kuyakuthi uma uJehova enzile enkosini yami njengakho konke okuhle akukhulumileyo ngawe, wakumisa ube ngumbusi kwa-Israyeli;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite